Iphalamende lizohlala izinsuku ezingeziwe ezimbili kulandela ukuthi amalungu enyunyani iNEHAWU ephinde aphazamisa ukusebenza kwephalamende. Izisebenzi...
Kushone abantu abayisithupha kwalimala abayisishiyagalolunye kulandela ingozi ehlanganisa itekisi neveni eHectorspruit kuN4 eduze nasemgceleni eMpumalanga...
Inyunyani iNEHAWU ifunge yagomela ukuthi izosiqinisa isiteleka sayo namhlanje. Lokhu kulandela ukufinyelela kwangqingetshe kwezingxoxo phakathi kwezikhulu...
Umengameli Jacob Zuma uthi kunesidingo esikhulu sokuqinisekisa ukuthi umthelela weCOSATU awehli amandla ngenxa yokwehla kwamalungu ayo. Ubekhuluma...
U-Eskom unxuse inhlangano elawula ezamandla i-National Energy Regulator of South Africa ukuthi ivumele lesisikhondlakhondla sikwazi ukubuyisa u22.8 billion...
Isekela likamengameli umnumzane Cyril Ramaphosa uvikele umengameli Jacob Zuma kulandela imibiko yokuthi umengameli wathi iANC ibaluleke ngaphezu kwalelizwe....
Izisebenzi zasemayini ezaboshwa nezalimala eMarikana zifuna isekela likamengameli umnumzane Cyril Ramaphosa lixolise liphinde linxephezele bonke laba...
Izakhamizi ezisezifundazweni ezisenyakatho zingalindela imvula kulelisonto elizayo. Kodwa lemvula izobe inganele ukuthi ingagcwalisa amadamu akuleli....
Inyuvesi yaseWestern Cape igxeke udlame lakamuva esikhungweni salenyuvesi eBellville njengoba abafundi ababhikishayo behlasele abanye abafundi, namaphoyisa...
U-Meng Jacob Zuma wemukele isicelo sikalowo owayelijaji elikhulu uSandile Ngcobo sokuba ahoxe ekubeni ngusihlalo wekhomishani yophenyo ngemihlomulo nezimo...
Umkhandlu ongamele abafundi baseNyuvesi yaseStellensboch uthi isinqumo somkhandlu sokuphasisa izincomo ezenziwe ithimba elilwela ukutshintshwa kwemigomo...
Inkampani yakwa Eskom ithi isiteleka esifufusayo ezimayini zamalahle ngeke siyiphazamise ekusebalaliseni amandla kagesi. Lenkampani ithi iziphehli mandla...
Alinganiselwa emashumini amane amatekisi athathwe amaphoyisa erenki yamatekisi e-Centurion eNingizimu yePitoli. Amaphoyisa azama ukuletha uzinzo kulandela...
Uhulumeni ucabanga ukulidingida ngaphandle kwenkantolo udaba lwesinxephezelo salabo abadutshulwa eMarikana. Kwaboshwa izisebenzi zase-Mayini kwaphinde...
maphoyisa ase Kurhuleni asethole izidumbu ezingu 5 eqeleni elivulekile eduuze kwasemayini yase Grootvlei e Springs e Gauteng ku East rand. Lezidumbu...
Amaphoyisa asevule amacala amabili okuzama ukubulala, emva kokulimala kwezisebenzi ezimbili zenkontileka eyakha isiteshi sikagesi iMedupi eLephalale...
Showing the latest 20 of 133. Every episode is in the API: GET /v1/podcasts/pod_0gqx3026gzbqntxjmys4f7jx5m/episodes